Ama-Bursary 2023

Faka isicelo uzitholele umfundaze wokuqhuba izifundo zakho emkhakheni owufisayo. SEKUVULIWE ukufakwa kwezicelo entsheni efisa ukuqhuba izifundo zayo emanyuvesi kaHulumeni, emaTVET colleges nasezikhungweni zemfundo ephakeme ezi-privately-owned.

Ama-forms atholakala emahhovisi kwamasipala emnyangweni wakwa-HR nasehhovisi lakwaYouth khona kwamasipala. Ayatholakala futhi nasemakhanseleni ema-wardini, eBhamshela Thusong Centre kanti azofakwa futhi nakwi website yakamasipala ukuze abafisa ukufaka izicelo bakwazi ukuwathola (download).

President Cyril Ramaphosa’s Speech in Summary

ECONOMIC AND SOCIAL RELIEF PACKAGE

MHLAKA 21 April 2020, uMengameli wezwe uMnu Cyril Ramaphosa wethule inkulumo esizweni ebiqondene ngqo nezinhlelo zikaHulumeni zokuhlenga isimo somnotho, amabhizinisi nokuhlenga isimo sempilo kwizakhamizi kulesi sikhathi esinzima sika “thaqa” i-national lockdown ngenxa yomkhuhlane Icovid-19.

Phakathi kokunye okushiwo wuMengameli enkulunweni yakhe wukuthi kunesabelo okuzolekelelwa ngaso omasipala ekubhekaneni nempi yalomkhuhlane iCorona virus (Covid-19) ngokuhlinzeka imiphakathi ngamanzi, izikhungo zabangenabani nokudla kanjalo nokuhlanza izinqola ezithutha umphakathi. UThe abesibonelelo sabantwana bazonyuselwa ngoR300 enyangeni kaMay bese kuthi kusukela ngoJune benyuselwe ngoR500 kuze kuphele izinyanga eziyisithupha. Uthe  abezinye izinhlobo zezibonelelo bazonyuselwa ngoR250 ngenyanga izinyanga eziyisithupha, kanjalo abanye abangatohozi bahlomule ngoR350 izinyanga ezingu-6 kwiSpecial Covid-19 Social Relief of Distress.

Kuzophinde kusatshalaliswe ukudla okuwu-250 000 ezweni lonke kuqiniswe nakuma-food vouchers ukuthi afinyelele kwabakhahlamezeke kakhudlwana kunabanye.

ECONOMIC RELIEF

Abamabhizinisi nabo babhekelelwe ngosizo lokufukula amabhizinisi abo akhahlamezekayo ngalomkhuhlane okhona Kanye nabasebenzi babo.

HEALTH WORKERS:

Enye imali izohlinzeka abasebenzi bezempilo ngezivikeli (protective gear), yizindleko zokuhlola noku-testa umphakathi okuqhubekayo njengamanje, nemishini edingwa yizibhedlela nama-clinic.

LOCKDOWN RESCTRICTIONS:

Lockdown restrictions will be lifted gradually in the near future so that economic activity resumes, ofcourse, depending on available scientific evidence that there is less risk, said the President.

RELIEF OF HUNGER AND DISTRESS

“We will direct R50 billion towards relieving the plight of those who are most desperately affected by the coronavirus.

This means that child support grant beneficiaries will receive an extra R300 in May and from June to October they will receive an additional R500 each month.

All other grant beneficiaries will receive an extra R250 per month for the next six months,” – President Cyril Ramaphosa

Kuyaqala Ukuhlolwa Ngokwezempilo Komphakathi

Ezinsukwini nasemavikini azayo, onompilo abangu-10 000 bazobekwa kulo lonke izwe ukuhlola umuzi nomuzi emiphakathini yakithi esengcupheni enkulu. Onompilo bazohlinzekwa ngemifaniswano nezigqebhezana ezizotshengisa ukuthi bangobani okuzokwenza kube lula ukuthi umphakathi ubabone futhi ubavulele.

Lo msebenzi uzokwenzeka ngokulandela indlela ehlosiwe ngokwezigaba kanti izindawo eziminyene kakhulu zizovakashelwa ngehlandla lokuqala.

UKUHLOLWA KUSEMQOKA KULEMPI ESIBHEKENE NAYO

 Ukuhlolwa kuyindlela yabezempilo yokuthola ukuthi ngabe unayo noma cha i-COVID-19. Unompilo uzokubuza imibuzo bese ehlola izinga lokushisa kwakho ngokuhambisa umshini esiphongweni sakho.

Unompilo uzokubuza ukuthi:

  1. Uke wavakashela na ezweni esilithatha njengeliyingozi ezinsukwini eziyi-14 ezedlule,
  2. Uke wathintana na nanoma wubani okuqinisekiswe ukuthi une-COVID-19 ezinsukwini eziyi-14 ezedlule,
  3. Unazo na izimpawu ezifana nemfiva, ukukhwehlela kanye nokuphefumula kanzima.

Uma uke wavakashela izwe esilithatha njengeliyingozi noma uke wathintana nomuntu one-COVID-19, kuzomele uzivalele wedwana, uqhele kwabanye ukuze bangatheleleki.

Lokhu kusho ukuthi kumele uhlale ekhaya izinsuku ezingu-14 uzigade ngokubhekisisa izimpawu ezifana nokukhwehlela okomile, imfiva nokuphefumula kanzima ukuthi ziyaqhubeka na. Ziqhelelanise nabantu abadala kanye nabantu ababuthaka empilweni noma abanokugula okufana nomfutho wegazi ophakeme noma abanesifo sikashukela.

Onompilo bazodlulisela abantu abasolakala ngokuba negciwane le-corona (COVID-19) esikhungweni somphakathi sezempilo, emtholampilo noma esibhedlela esiseduze. Nasezikhungweni zokunakekela kwempilo nakomahambanendlwana kuzokwenziwa ukuhlola.

Akuwona wonke umuntu ozohlolwa kepha, onompilo bazosebenzisa indlela yokubala ngokubuka ukuthi ngabe izimpawu onazo zibucayi kangakanani nokuthi bungakanani ubungozi okubo.

Ukuhlolwa kwenziwa ngokuthatha isampula emzimbeni wesiguli okufana nokudonsa uketshezi emakhaleni noma ukudonsa igazi, okuzobe sekuyohlolwa elebhu (lab) igciwane le-corona noma okunye okungadingeki emzimbeni.

UKUPHEPHA KWABASEBENZI BEZEMPILO KUSEMQOKA

Sifisa ukuqinisekisa abantu baseNingizimu Afrika ukuthi abasebenzi abazobe besebenza ngaphandle kanye nalabo abasebenza phambili kwezempilo bazohlinzekwa ngokokuzivikela okwanele.

Sikuzwile ukukhathazeka kwabasebenzi bethu bezempilo futhi sifisa ukubaqinisekisa ukuthi ukuphepha kwabo kubaluleke kakhulu. Sizokwenza konke okusemandleni ukugcina abasebenzi bethu bezempilo bephephile.

NGOKUBAMBISANA SINGAKUQEDA UKUTHELELEKA

Abantu baseNingizimu Afrika mabalisabele ngobuningi ikhwelo likahulumeni. Iningi lilokhu liyidlala indima yalo ukuqeda ukubhebhetheka kwegciwane le-corona. Noma kunjalo, kumele sihlale siqaphele futhi ngeke sikwazi ukuyekelela nje.

Ubusika buyeza futhi lokhu kungashintsha ubume besimo esikuso njengamanje sibe bucayi kakhudlwana. Siyazi ukuthi ukuvalwa kwezwe kuyasebenza ngokubona ukwenza kahle kwamanye amazwe athathe isinqumo sokubeka imikhawulo efanayo.

Ngokulandela iminqubo-migomo, ukuhlala ekhaya, ukulandela izindlela zenhlanzeko nokusebenza ngokubambisana sinethuba elihle kakhulu lokunqanda ukubhebhetheka.

Noma kunjalo, sikhathazekile ngalabo bantu abangakabuboni ubucayi balesi sifo. Lesi sifo sikhona ngempela futhi sinobungozi obukhulu kithina sonke kanye nomphakathi wakithi. Sihlasela ocebile nohlwempu, omncane nomdala, onsundu nomhlophe, labo abahlala emadolobheni nalabo abahlala ezindaweni zasemakhaya.

Ngaso sonke isikhathi uma uphula iminqubo-mgomo, uzibeka wena nabanye engcupheni, futhi usiza ukubhebhethekisa igciwane.

#COVID_19
#StayHomeSA

SASSA Grant Payment Dates Changed

Lessons learnt from the last payment cycle during the National Lockdown have compelled SASSA to review the payment dates going forward. As from the month of May 2020 disability and Older Persons Grants will be paid from the 4th day of the month. All other grants will be paid from the 6th of every month.

The grant payment for April was brought forward to the 30 March 2020 and the first two days were dedicated to people with disabilities and older persons to ensure compliance with the State of Disaster requirements. Impatient child support grant beneficiaries could not wait for the 1st of April and descended upon payment channels as early as 30 March. This posed all sorts of health challenges and it became difficult at some stores and ATM’s to maintain social distancing. There was also a nasty scene in a Dobsonville shopping centre in Soweto where a group of youngsters were captured on video pushing older people in order to access payment infrastructure first.

In response to this unpleasant experience, SASSA started consulting role players such as National Treasury, South African Post Office, the banking association, retailers, and the consumer goods council among others. What came out of the consultations is that people with disabilities and the aged need to be protected from the month end rush at payment outlets and therefore payment needs to be staggered in such a way that these categories of beneficiaries receive their grants before others. To effect this SASSA will make use of two payment files. The first one will cover the aged and the disabled while the second payment file will cover all other grant types.

Some older persons use one card to also receive child support and foster child grants. In such cases they will be able to access all linked grants from the 4th of every month. Once the money is in the account, it will remain there until it is needed.

“Money deposited into your account is safe and will not be taken back if not used. There is no need to rush to withdraw cash on the first day we deposit it into your account. The SASSA card can be used as a debit card to pay for purchases, therefore it is not necessary to withdraw cash and thereafter purchase goods with the cash”; Busisiwe Memela SASSA CEO pleaded with beneficiaries.

Media inquiries should be forwarded to Paseka Letsatsi on 082 883 9969 or PasekaL@sassa.gov.za

Issued by Government Communications (GCIS) on behalf of South African Social Security Agency (SASSA)

08 April 2020

Joint Media Statement: Ndwedwe Community Unrests

29 April 2019

Today, Monday 29 April 2019, the community of Ndwedwe woke up to disruptions and chaos on Ndwedwe’s main road, P100 with smoke and protesters on rampage.

A top-level leadership of both Ilembe District Municipality and Ndwedwe Local Municipality have met and expressed shock and dismay at this kind of behavior and conduct by some disruptive elements in our community.

The leadership see this as utter criminal elements and opportunistic conduct displayed by those who want to use service delivery issues in Ndwedwe to exploit the community for their own personal gains as we approach National Elections.

The first protest took place on 11 April 2019 in Njubanjuba (ward 7) and another one happened on 15 April 2019 in Ndwedwe central. The leadership confirms that the issues raised in the previous protests are being attended to as promised during a series of public meetings that were held with the affected communities.

One such fruitful public meeting was held in Luthuli Traditional Court in Njubanjuba area, ward 7 on 17 April 2019 while another public meeting was held at Mavela Traditional Court, ward 15 on 22 April 2019, respectively. There was also another public meeting this past Friday, 26 April 2019, held at Ndwedwe Council Chamber with residents of Makhawula and Nqakathela areas.

In all these public meetings, water and RDP housing topped the list of grievances that the residents raised. In relation to water, residents allege that Ilembe District Municipality is unable to provide water to Ndwedwe communities because it owes Umgeni Water a large sum of money. Some residents also allege that the Ilembe District Municipality cuts water off deliberately because it wants water tanker service providers – some allegedly owned by Ilembe District Municipality officials – to benefit by delivering water to the community.

Another issue raised is that iLembe District Municipality officials sell water, to selected community members who can afford to buy, using water tankers. The Mayor of Ilembe District Municipality, Cllr Sduduzo Gumede, categorically deny these allegations with the full contempt they deserve.

“All these allegations are not true. Ilembe gets billed by Umgeni Water on a monthly basis and we are up to date with payments. With regards to water tankers, our Supply Chain system prohibits our officials from bidding for tenders, as such we have a three-year panel of external service providers to provide water to the district communities, including Ndwedwe. Again, I wish to encourage communities to take photos, phone in, send text to report Ilembe District Municipality officials who sell water from water tankers by using the iLembe Call Centre WhatsApp number 074 344 4508.”

“Overall, we have plans and projects that are currently underway to deal with issues of old infrastructure renewal and installing or constructing new infrastructure. This will assist in addressing water losses through leaks and of demand created by the organic growth of the population,” said Mayor Gumede.

About houses, the residents expressed their impatience over the long waiting period for houses to be delivered by Ndwedwe Local Municipality. In response, Mayor of Ndwedwe Local Municipality Cllr Nkosinathi Chili clarified that housing is a function of Human Settlements Department; however, he said as a municipality, the role of Ndwedwe Local Municipality is to facilitate and coordinate applications or request packs then submit to the Department of Human Settlements for processing and approval.

“The challenge we face is that the housing process by its nature is a long process. However, there are housing projects that are currently underway in the affected wards, some are on phase one and phase two respectively,” said Mayor Chili.

Both municipalities remain open to further engagement with the communities, key stakeholders like Amakhosi and business sector. The leadership regrets the inconvenience caused by the disruptions and urge the law enforcement agencies to act swiftly and decisively to restore calm and order.

Report any water leaks or issues to our 24 hour call centre 032 – 437 9427

//END//

Joint Statement issued by: Ilembe District Municipality and Ndwedwe Local Municipality